Managing for the Master Till He Comes
January | February | March 2023
Isifundo 7
February 11–February 17
Kuncosana Yalaba
- UNkulunkulu uyabanakekela abaswelayo
- Ubufundisi bukaJesu
- UJesu wafunda u-Isaya 61:1-2 eSinagogini laseNazaretha. Lesi siqephu siyincazelo yenambo yobufunsisi bukaMesiya.
- UJesu wayebaphatha ngendlela ehluke kakhulu abaswelayo ngendlela ababengavamile ukuphathwa ngayo ngaleso sikhathi.
- Abantu babecabanga ukuthi bahlushwa ngenxa yezono zabo, ngakho babephatha sengathi baqalekisiwe nguNkulunkulu. UJesu wayebathanda futhi ebabona bengaba amalungu oMbuso weZulu.
- Wazama ukugcwalisa indingeko zabo lokubatshela ngethemba leVangeli.
- Ubufundisi bukaJesu
- Imithetho yobuntu.
- Ubumpofu ngeke buqedwe ( Dut. 15:11; Mnu. 14:7 ). Ngakho-ke, uNkulunkulu wanika u-Israyeli imithetho yokuvikela labo abaswelayo:
- Eksodusi 23:10-11: Amasimu ayengahlwanyelwa njalo ngonyaka wesikhombisa, futhi abampofu babedla izithelo zawo.
- Levitikusi 19:14: Kwakwenqatshelwe ukuqalekisa isithulu noma ukwenza isishosha sikhubeke.
- Levitikusi 23:22 : Ingxenye yesivuno kwakumelwe ishiywe kulabo ababeswele Uthando lukaNkulunkulu ngalabo abaswele luyisikhuthazo kithi.
- Sasingakwazi kanjani ukuthanda nokunakekela labo abaswele?
- Ubumpofu ngeke buqedwe ( Dut. 15:11; Mnu. 14:7 ). Ngakho-ke, uNkulunkulu wanika u-Israyeli imithetho yokuvikela labo abaswelayo:
- Izibonelo eziseBhayibhelini:
- Ukunakekela abaswelayo.
- Kukhona ukufana phakathi kwendaba yensizwa enothileyo ( Mathewu 19:16-22; Marku 10:17-22; Luka 18:18-23) noZakewu’ ( Luka 19:1-10 ). Indlela ababephatha ngayo abaswelayo yayibonisa izinhliziyo zabo lobuhlobo babo noJesu.
- Ukunakekela abaswelayo.
DIFFERENCES | |
IJAHA ELINOTHILEYO | UZACCHAEUS |
UJesu wamcela ukuthi aphe abaswelayo | Wazithandela ukupha abaswelayo |
Kwakumele anikele ngakho konke | Kwakumele akhiphe ingxenye yegcebo yakhe
|
Wala uJesu | Wemukela uJesu |
UJesu wadabuka ngenxa yobuhwaba bemali | UJesu wajabula ngoba wamukele insindiso
|
- Ukunakekela abaswelayo.
- Kungani uJobe ‘wayeyindoda engenasici’? Jobe 29:12-16 .
(1) Ngakhulula abaswelayo ababekhalela usizo (12a)
(2) Lezintandane ezazingelamuntu wokuzisiza (12b)
(3) Owayesifa wangibusisa (13a)
(4) Ngenza inhliziyo yomfelokazi icule (13b)
(5) Ngembatha ukulunga njengesambatho sami (14)
(6) Ngangingamehlo ezimpumputhe (15a)
(7) Lezinyawo kuzigoga (15b)
(8) Ngangingubaba kwabaswelayo (16a)
(9) Ngalubamba udaba lwesihambi(16b)
- Masifunde kuJobe. Wayekhuthele ngokunanzelela idingo eziseduze kwakhe futhi enze ngokufanele.